Ngaso leso sikhathi abafundi beza kuJesu, bathi: “Ngubani omkhulu embusweni wezulu na?
Mathewu 18:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wayesebizela kuye umntwana, wammisa phakathi kwabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesebiza umntwana, wammisa phakathi kwabo, IsiZulu 2020 UJesu wayesebiza umntwana, wammisa phakathi kwabo, Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wayesebizela kuye umntwana, wammisa phakathi kwabo. |
Ngaso leso sikhathi abafundi beza kuJesu, bathi: “Ngubani omkhulu embusweni wezulu na?
Wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Uma ningaphenduki, nibe njengabantwana abancane, anisoze nangena embusweni wezulu.