Mathewu 15:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible Lababantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zabo; kepha inhliziyo yabo ikude nami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ‘Lesi sizwe singidumisa ngezindebe zomlomo, kepha inhliziyo yaso ikude nami; IsiZulu 2020 “ ‘Lesi sizwe singidumisa ngezindebe zomlomo, kepha inhliziyo yaso ikude nami; Contemporary Zulu Bible 2024 Lababantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zabo; kepha inhliziyo yabo ikude nami. |
Wasephendula wathi kubo: UIsaya waprofetha kuhle ngani bazenzisi, njengokulotshiweyo ukuthi: Lababantu bangidumisa ngezindebe zabo, kodwa inhliziyo yabo ikude lami.
UJesu wabona uNathanayeli eza kuye, wathi ngaye: “Bheka, umIsrayeli okungekho nkohliso kuye.
ukuze bonke bahloniphe iNdodana, njengalokhu bedumisa uYise. Ongayihloniphi iNdodana akamhloniphi uYise oyithumileyo.
Awunasabelo nasabelo kule ndaba, ngokuba inhliziyo yakho ayilungile emehlweni kaNkulunkulu.
Xwayani, bazalwane, ukuba kungabikho kinina kini inhliziyo embi, engakholwayo, emhlubukisa uNkulunkulu ophilayo.
Ngokuba lowo othanda ukuphila, nokubona izinsuku ezinhle, makabambe ulimi lwakhe kokubi, nezindebe zakhe zingakhulumi inkohliso;