Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu, wadla izinkwa zokubukwa, okwakungavunyelwe yena ukuthi azidle, nalabo ababenaye, kubapristi bodwa?
Mathewu 12:5 - Baasraak Zulu New Testament Bible Noma anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abapristi bayalona isabatha ethempelini, bangabi nacala na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Futhi anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abapristi bayalona isabatha ethempelini, bangabi nacala, na? IsiZulu 2020 Futhi anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abaphristi bayona ethempelini, kodwa bangabekwa cala na? Contemporary Zulu Bible 2024 Noma anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abapristi bayalona isabatha ethempelini, bangabi nacala na? |
Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu, wadla izinkwa zokubukwa, okwakungavunyelwe yena ukuthi azidle, nalabo ababenaye, kubapristi bodwa?