njalo kungeyisikho ngokufika kwakhe kuphela, kodwa langenduduzo aduduzwa ngayo ngani, esitshela ukulangatha kwenu, ukulila kwenu, lokungitshisekela kwenu; ngaze ngathokoza kakhulu.
KwabaseKolose 1:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible njengoba sezwa ngokukholwa kwenu kuKristu Jesu, nothando eninalo kubo bonke abangcwele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE lokhu sizwile ngokukholwa kwenu kuKristu Jesu nangothando eninalo kubo bonke abangcwele, IsiZulu 2020 ngokuba sizwile ngokukholwa kwenu kuKhristu uJesu nangothando eninalo kubo bonke abangcwele, Contemporary Zulu Bible 2024 njengoba sezwa ngokukholwa kwenu kuKristu Jesu, nothando eninalo kubo bonke abangcwele. |
njalo kungeyisikho ngokufika kwakhe kuphela, kodwa langenduduzo aduduzwa ngayo ngani, esitshela ukulangatha kwenu, ukulila kwenu, lokungitshisekela kwenu; ngaze ngathokoza kakhulu.
Akakho umJuda namGreki, akakho oboshiweyo nokhululekileyo, akakho owesilisa nowesifazane, ngokuba nina nonke nimunye kuKristu Jesu.
Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho; kodwa ukholo olusebenza ngothando.
Ngalokho nami, sengizwile ngokukholwa kwenu eNkosini uJesu, nothando kubo bonke abangcwele,
ngokukhuleka konke nokunxusa nikhuleka ngezikhathi zonke ngoMoya, nikulinde ngokubekezela okukhulu nokunxusela abangcwele bonke;
Ngalokho nathi, kusukela osukwini esakuzwa ngalo, asiphezi ukunikhulekela, nokunxusa ukuba nigcwaliswe ukwazi intando yakhe kukho konke ukuhlakanipha nokuqonda kokomoya;
sikhumbula ngokungaphezi umsebenzi wenu wokholo, nomshikashika wothando, nokubekezela kwethemba eNkosini yethu uJesu Kristu phambi kukaNkulunkulu uBaba wethu;
Kodwa khathesi uThimothi esefikile kithi evela kini, esibikele izindaba ezinhle zokukholwa kwenu lothando lwenu, lokuthi lihlala lisikhumbula okuhle, lifisa kakhulu ukusibona, njengoba lathi silibona;
Simelwe ukubonga uNkulunkulu njalo ngani, bazalwane, ngokufaneleyo, ngokuba ukholo lwenu lukhula kakhulu, nothando lwenu nonke ngabanye luyevama;
Ngizwa ngothando lwakho nokukholwa onakho eNkosini uJesu nakubo bonke abangcwele;
Ngokuba uNkulunkulu akayena ongalungile ukuba akhohlwe umsebenzi wenu nomshikashika wothando enalubonakalisa kulo igama lakhe, ngokukhonza abangcwele, nisabakhonza.
Siyazi ukuthi sidlulile ekufeni sangena ekuphileni, ngokuba sithanda abazalwane. Lowo ongamthandiyo umzalwane wakhe uhlezi ekufeni.
Futhi yilo umyalo wakhe, ukuba sikholwe egameni leNdodana yakhe uJesu Kristu, sithandane, njengalokho wasilaya.
Thina siyalwazi, sakholwa wuthando uNkulunkulu analo kithina. UNkulunkulu uluthando; futhi ohlala othandweni uhlala kuNkulunkulu, noNkulunkulu kuye.