Usawoti muhle, kepha uma usawoti edumele, ningawuthambisa ngani na? Yibani nosawoti phakathi kwenu, nihlalisane ngokuthula.
KwabaseFilipi 4:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngiyamncenga u-Evodiya noSintike ukuba babe nhliziyonye eNkosini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngiyamyala u-Evodiya, ngiyamyala noSintike ukuba babe nokuqonda kunye eNkosini. IsiZulu 2020 Ngiyabayala o-Ewodiya noSintike ukuba babe nokuqonda okufanayo eNkosini. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyamncenga u-Evodiya noSintike ukuba babe nhliziyonye eNkosini. |
Usawoti muhle, kepha uma usawoti edumele, ningawuthambisa ngani na? Yibani nosawoti phakathi kwenu, nihlalisane ngokuthula.
Kepha ngiyanincenga, bazalwane, ngegama leNkosi yethu uJesu Kristu ukuba nikhulume nto-nye nonke, kungabikho ukwahlukana phakathi kwenu; kodwa ukuze nihlanganiswe ngokugcwele emqondweni munye nasekuboneni kunye.
Nokho, lapho esesifinyelele khona, masihambe ngawo lowo mthetho, sicabange ngendlela efanayo.
nibazise kakhulu othandweni ngenxa yomsebenzi wabo. futhi nihlalisane ngokuthula.
Landelani ukuthula nabantu bonke, nokungcweliswa, okungekho muntu oyobona iNkosi ngaphandle kwakho;