Sebedabule i-Amfipholi ne-Apholoniya, bafika eThesalonika, lapho kwakukhona isinagoge labaJuda.
KwabaseFilipi 4:16 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba naseThesalonika nathumela kanye nakabili ekusweleni kwami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba naseThesalonika nathumela kanye nakabili ngokuswela kwami. IsiZulu 2020 Nalapho ngiseThesalonikha nangithumelela usizo kanye nakabili ngenxa yokweswela kwami. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba naseThesalonika nathumela kanye nakabili ekusweleni kwami. |
Sebedabule i-Amfipholi ne-Apholoniya, bafika eThesalonika, lapho kwakukhona isinagoge labaJuda.
Ngalokho besifisa ukuza kini, mina Pawulu, kanye nakabili; kodwa uSathane wasivimbela.
Ngokuba niyakhumbula, bazalwane, umshikashika wethu nokushikashikeka kwethu, sisebenza ubusuku nemini, ukuze singasindi muntu kini, sashumayela ivangeli likaNkulunkulu kini.
Nabethu mabafunde ukugcina imisebenzi emihle ngokuswela, ukuze bangabi abangatheli.