Nalapho ngikhona kini ngiswele, angibanga mthwalo kumuntu, ngokuba lokho engintulayo abazalwane abavela eMakedoniya bakuphathile; Ngiyazigcina.
KwabaseFilipi 4:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha ngathokoza kakhulu eNkosini, ngokuba manje senize navuselela ukunginakekela kwenu; enanaka ngakho, kepha anibanga nathuba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha-ke ngathokoza kakhulu eNkosini, ngokuba manje senize navuselela ukunginakekela kwenu; beninginakekela kambe, kepha anibanga nathuba. IsiZulu 2020 Ngathokoza kakhulu eNkosini, ngokuba manje senibuye nathola ithuba lokunginakekela; kwazise beninginakekela, kodwa ningalitholi ithuba. Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha ngathokoza kakhulu eNkosini, ngokuba manje senize navuselela ukunginakekela kwenu; enanaka ngakho, kepha anibanga nathuba. |
Nalapho ngikhona kini ngiswele, angibanga mthwalo kumuntu, ngokuba lokho engintulayo abazalwane abavela eMakedoniya bakuphathile; Ngiyazigcina.
Ngezwi leqiniso, ngamandla kaNkulunkulu, ngezikhali zokulunga ngakwesokunene nangakwesokhohlo;
Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, ikakhulu kwabendlu yokukholwa.
UPawulu noThimothewu, izinceku zikaJesu Kristu, kubo bonke abangcwele abakuKristu Jesu abaseFilipi, kanye nababonisi namadiyakoni;
Ngokuba ngenxa yomsebenzi kaKristu wacishe wafa, engakukhathaleli ukuphila kwakhe, ukuze agcwalise ukusilela kwenu ekungikhonzeni.