KwabaseFilipi 2:26 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba ubenilangazelela nonke, edabukile, ngokuba nizwile ukuthi ubegula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE lokhu wayenilangazelela nonke, eyaluza ngokuba nizwile ukuthi wayegula. IsiZulu 2020 Lokhu ulangazelela ukunibona nonke, ukhathazekile ngenxa yokuba nizwile ukuthi ubegula. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba ubenilangazelela nonke, edabukile, ngokuba nizwile ukuthi ubegula. |
UPawuli wasephendula wathi: Litshoni ukukhala lichoboza inhliziyo yami? ngoba mina angilungele ukubotshwa kuphela, kodwa lokufa eJerusalema ngenxa yebizo leNkosi uJesu.
Ngokuba ngilangazelela ukunibona, ukuze nginabele isipho esithile somoya, ukuze niqiniswe;
Uma kuhlupheka isitho sinye, kuhlupheka izitho zonke kanye naso; noma kuhlonishwe isitho sinye, athokoze amalungu onke kanye nalo.
nangokukhuleka kwabo ngani, benilangazelela ngenxa yomusa omkhulu kaNkulunkulu phakathi kwenu.
Ngakho-ke ngiyathanda ukuba ningadangali ngokuhlushwa kwami ngenxa yenu, okungudumo lwenu.
Ngoba uNkulunkulu ungumfakazi wami wokuthi ngililangazelela kangakanani lonke ngenhliziyo kaJesu Kristu.
Nokho ngibone kudingekile ukuba ngithume kini u-Ephafrodithu, umzalwane nesisebenzi kanye nesosha kanye nami, nesithunywa senu nesisebenzi ekusweleni kwami.
Ngokuba nempela wayegula esondela ekufeni, kepha uNkulunkulu wamhawukela; njalo kungeyisikho kuye yedwa, kodwa lakimi, ukuze ngingabi losizi phezu kosizi.
Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo nabalangazelelwayo, intokozo yami nomqhele wami, yimani niqinile kanjalo eNkosini, bathandwa bami.
elithokoza kakhulu ngakho, lanxa khathesi, uba kudingekile, seliselusizini ngezilingo ngezilingo;