Enye yawela emadwaleni, lapho yayingenamhlaba omningi khona, yahle yamila, ngokuba yayingenamhlabathi ukujula;
KwabaseFilipi 2:23 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho-ke ngithemba ukumthuma masinyane, nxa sengibonile ukuthi kungihambela njani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yena-ke ngiyethemba ukumthuma masinyane, uma sengibonile ukuthi okuqondene nami kophelelaphi; IsiZulu 2020 Ngakho-ke ngiyethemba ukuthi ngizomthumela kungakapholi maseko, uma nje sekwehlukene inhloko nesixhanti maqondana nalokhu engibhekene nakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho-ke ngithemba ukumthuma masinyane, nxa sengibonile ukuthi kungihambela njani. |
Enye yawela emadwaleni, lapho yayingenamhlaba omningi khona, yahle yamila, ngokuba yayingenamhlabathi ukujula;
Kepha ngiyethemba eNkosini uJesu ukuthuma uThimothewu kini masinyane, ukuze nami ngiduduzeke, lapho sengikwazi okumayelana nani.