Ngakho kugcineni ezinhliziyweni zenu ukuba ningacabangi ngaphambili eniyakuziphendulela ngakho;
KwabaseFilipi 1:17 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha abanye ngothando, besazi ukuthi ngimiselwe ukuvikela ivangeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha labo bamemezela uKristu ngombango kungenganhliziyo emhlophe, bethi bazakungivusela ukukhathazeka ekuboshweni kwami. IsiZulu 2020 Kepha labo abanye bashumayela uKhristu ngombango, kungengokwethembeka, bezitshela ukuthi bangangidalela uchuku ngisaboshiwe. Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha abanye ngothando, besazi ukuthi ngimiselwe ukuvikela ivangeli. |
Ngakho kugcineni ezinhliziyweni zenu ukuba ningacabangi ngaphambili eniyakuziphendulela ngakho;
U-Agripha wayesethi kuPawulu: “Uvunyelwe ukuzikhulumela. UPawuli waseselula isandla, waziphendulela;
Esazikhulumela lokho, uFestu wathi ngezwi elikhulu: “Uyahlanya, Pawulu; ukufunda okuningi kuyakuhlanyisa.
Kodwa kulabo abaphikisanayo njalo bengalaleli iqiniso, kodwa belalela ukungalungi, intukuthelo lolaka;
Pho? Nokho uKristu uyashunyayelwa ngezindlela zonke, noma ngokuzenzisa noma ngeqiniso; futhi ngiyathokoza ngakho, yebo, futhi ngiyojabula.
njengokuba kufanele ukuba ngikucabangele lokhu nonke, ngokuba nginenu enhliziyweni yami; njengoba naseziboshweni zami, nasekuvikeleni nasekuqiniseni ivangeli, nina nonke ningabahlanganyeli bomusa wami.
Ningenzi-lutho ngombango nangodumo lweze; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani.
engamiselwa ngakho ukuthi ngibe ngumshumayeli nomphostoli (ngikhuluma iqiniso ngoKristu, angiqambi amanga), umfundisi wabezizwe ekukholweni naseqinisweni.
engihlupheka ngakho kuze kube sekuboshweni njengomenzi wokubi; kepha izwi likaNkulunkulu aliboshiwe.
Ekuziphenduleleni kwami kokuqala akukho muntu owama nami, kepha bonke bangishiya;