Wamphelekezela kwaze kwaba se-Asiya uSopatro waseBereya; nabaseThesalonika, u-Aristarku noSekhundu; noGayu waseDerbe, noThimothewu; nabase-Asiya, oThikhiku noTrofimu.
KuThithu 3:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible Nxa ngithuma u-Artemase kuwe noma uThikhiku, khuthala ukuza kimi eNikopholi, ngokuba nginqume ukuhlala khona ebusika. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nxa sengithuma u-Arethema noma uThikhiku kuwe, woshesha ukuza kimi eNikopholi; ngokuba nginqumile ukuthi ngizakuhlala lapho ubusika. IsiZulu 2020 Kuyakuthi uma sengithuma u-Arethema noma uThikhiku kuwe, uphuthume uze kimi eNikhopholi, ngokuba senginqumile ukuthi ngihlale lapho ebusika. Contemporary Zulu Bible 2024 Nxa ngithuma u-Artemase kuwe noma uThikhiku, khuthala ukuza kimi eNikopholi, ngokuba nginqume ukuhlala khona ebusika. |
Wamphelekezela kwaze kwaba se-Asiya uSopatro waseBereya; nabaseThesalonika, u-Aristarku noSekhundu; noGayu waseDerbe, noThimothewu; nabase-Asiya, oThikhiku noTrofimu.
futhi mhlawumbe ngizahlala lani, yebo, lobusika, ukuze ningihambise loba ngaphi lapho engiya khona.
Kodwa ukuze lani lazi okuqondene lami, lokuthi ngenza njani, uThikhiku, umzalwane othandekayo lesikhonzi esithembekileyo eNkosini, uzanazisa konke;
Konke okumayelana lami uzalitshela uTikhiku, ongumzalwane othandekayo lesikhonzi esithembekileyo lenceku kanye lami eNkosini;
Khuthalela ukufika ngaphambi kobusika. Uyakhonza kuwe u-Eubhulo, noPude, noLinu, noKlawudiya, nabo bonke abazalwane.