KuThithu 2:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokunjalo amajaha ayale ukuthi ahluze. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokunjalo ubayale abesilisa abasha ukuba babe ngabaqondileyo, IsiZulu 2020 Kanjalo bayale nabesilisa abasebasha ukuba babe ngabanengqondo. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokunjalo amajaha ayale ukuthi ahluze. |
Ngokunjalo, nina basha, thobelani abadala. Yebo, nonke thobelani omunye komunye, nembathe ukuthobeka, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.
Ngiyanilobela bobaba, ngokuba nimazile okhona kwasekuqaleni. Ngiyanilobela, zinsizwa, ngokuba nimnqobile omubi. Ngiyanilobela, bantwanyana, ngokuba nimazile uBaba.