Emihleni kaHerode inkosi yaseJudiya kwakukhona umpristi othile ogama lakhe linguZakariya, owesigaba sika-Abiya, nomkakhe engowamadodakazi ka-Aroni, igama lakhe kungu-Elisabethe.
KuThithu 1:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible uma ekhona ongasolekiyo, eyindoda emfazi munye, enabantwana abakholwayo abangabekwa icala lokungalaleli noma abangalaleli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE uma kukhona ongasolekiyo, indoda emfazi munye, enabantwana abakholwayo abangenakusolwa ngokushinga nabangalaleliyo. IsiZulu 2020 uma kungumuntu ongasolekiyo, indoda emfazi munye, enabantwana abakholwayo, abangasoleki ngokungabi nasimilo nangokungalaleli. Contemporary Zulu Bible 2024 uma ekhona ongasolekiyo, eyindoda emfazi munye, enabantwana abakholwayo abangabekwa icala lokungalaleli noma abangalaleli. |
Emihleni kaHerode inkosi yaseJudiya kwakukhona umpristi othile ogama lakhe linguZakariya, owesigaba sika-Abiya, nomkakhe engowamadodakazi ka-Aroni, igama lakhe kungu-Elisabethe.
Siyanincenga, bazalwane, ukuba nibaxwayise abaxhwalayo, niduduze abadanileyo, nisekele ababuthakathaka, nibekezelele abantu bonke.
sisazi lokhu ukuthi umthetho kawumiselwe olungileyo, kodwa ongelamthetho, labangalaleliyo, abangamesabi uNkulunkulu, lezoni, abangcolileyo, labangcolileyo, ababulali oyise, ababulali babonina, ababulali;
Ngokuba baningi abangalaleliyo nabakhuluma okuyize nabakhohlisi, ikakhulukazi abokusoka;