Obani abangama-Israyeli; okungokwabo ukuma kwabantwana, nenkazimulo, nezivumelwano, nokunikwa komthetho, nenkonzo kaNkulunkulu, nezithembiso;
KumaHeberu 9:5 - Baasraak Zulu New Testament Bible Phezu kwawo amakherubi enkazimulo engamele isihlalo somusa; esingeke sikwazi ukukhuluma ngazo ikakhulukazi manje. IBHAYIBHELI ELINGCWELE phezu kwawo kwakukhona amakherubi* enkazimulo engamele isihlalo somusa, okungenakukhulunywa ngakho ngakunye manje. IsiZulu 2020 Phezu kwawo, kwakukhona amakherubhi enkazimulo engame isihlalo somusa, nokunye okungechazwe ngakunye njengamanje. Contemporary Zulu Bible 2024 Phezu kwawo amakherubi enkazimulo engamele isihlalo somusa; esingeke sikwazi ukukhuluma ngazo ikakhulukazi manje. |
Obani abangama-Israyeli; okungokwabo ukuma kwabantwana, nenkazimulo, nezivumelwano, nokunikwa komthetho, nenkonzo kaNkulunkulu, nezithembiso;
ukuze khathesi kwababusi lamandla embusweni wezulu kwaziwe ngebandla ukuhlakanipha kukaNkulunkulu okunengi okwehlukeneyo;
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni somusa, ukuze samukeliswe isihawu, sifumane umusa wokusiza ngesikhathi esifaneleyo.
Akwambulwa kubo ukuthi babengazikhonzi bona, kodwa bakhonza thina ngalezo zinto esezishunyayelwa kini ngabanishumayeza ivangeli ngoMoya oNgcwele othunywe ezulwini; okuyizinto izingilosi ezifisa ukuzibona.