Umusa weNkosi uJesu Kristu, nothando lukaNkulunkulu, nokuhlangana kukaMoya oNgcwele makube nani nonke. Amen. (Incwadi yesibili eya kwabaseKorinte yabhalwa uThithu noLucas eFilipi, umuzi waseMakedoniya.)
KumaHeberu 7:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible Njalo kakuphikiswa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha akunakuphikwa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu. IsiZulu 2020 Kepha akunakuphikwa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Njalo kakuphikiswa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu. |
Umusa weNkosi uJesu Kristu, nothando lukaNkulunkulu, nokuhlangana kukaMoya oNgcwele makube nani nonke. Amen. (Incwadi yesibili eya kwabaseKorinte yabhalwa uThithu noLucas eFilipi, umuzi waseMakedoniya.)
Futhi ngokungangabazeki inkulu imfihlakalo yokumesaba uNkulunkulu: UNkulunkulu wabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, wakholeka emhlabeni, wemukelwa enkazimulweni.
Kodwa yena ongabalelwa ozalweni lwabo uthathile okwetshumi kuAbrahama, wambusisa lowo owayelezithembiso.
Futhi lapha abantu abafayo bamukela okweshumi; kodwa lapho uyawemukela, ofakazelwa ngaye ukuthi uyaphila.