njengoba esho nakwenye indawo ukuthi: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.
KumaHeberu 7:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngoba wayesesokhalweni lukayise, mhla uMelkisedeki emhlangabeza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba wayesesokhalweni lukayise mzukwana uMelkisedeki emhlangabeza. IsiZulu 2020 ngokuba wayesesokhalo lukayise mzukwana uMelkhizedeki emhlangabeza. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba wayesesokhalweni lukayise, mhla uMelkisedeki emhlangabeza. |
njengoba esho nakwenye indawo ukuthi: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.
Ngakho-ke uma ukuphelela kwakukhona ngobupristi bukaLevi, ngokuba abantu bawemukela umthetho ngaphansi kwabo, kwakusaswelekelani ukuba kuvele omunye umpristi ngokokuma kukaMelkisedeki, angabizwa ngokokuma ka-Aroni na?
Kepha labo abangamadodana kaLevi abemukeliswa ubupristi banomyalo wokuba bathathe okweshumi kubantu ngokomthetho, okungukuthi kubafowabo, noma bephuma okhalweni luka-Abrahama;