nokumthanda ngenhliziyo yonke, nangokuqonda konke, nangawo wonke umphefumulo, nangamandla onke, nokuthanda umakhelwane njengalokhu ezithanda yena kudlula yonke iminikelo yokushiswa nemihlatshelo.
KumaHeberu 10:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ekuphakameni ethi: ‘Umhlatshelo nomnikelo, neminikelo yokushiswa, nomnikelo wesono, awuwuthandanga, awuwuthandanga; ezinikelwa ngumthetho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Eseshilo ngasenhla ukuthi: “Imihlatshelo, neminikelo, neminikelo yokushiswa, nemihlatshelo ngenxa yezono awuyithandanga, awuyithokozelanga,” eyona ilethwa ngokomthetho, IsiZulu 2020 Eseshilo ngenhla ukuthi: “Imihlatshelo, iminikelo, iminikelo yokushiswa, nemihlatshelo ngenxa yezono awuyithandanga, awuyithokozelanga,” okuyiyona enikelwa njengoba kushiwo emthethweni. Contemporary Zulu Bible 2024 Ekuphakameni ethi: ‘Umhlatshelo nomnikelo, neminikelo yokushiswa, nomnikelo wesono, awuwuthandanga, awuwuthandanga; ezinikelwa ngumthetho; |
nokumthanda ngenhliziyo yonke, nangokuqonda konke, nangawo wonke umphefumulo, nangamandla onke, nokuthanda umakhelwane njengalokhu ezithanda yena kudlula yonke iminikelo yokushiswa nemihlatshelo.
Ngoba lokho umthetho owawungekwenze, ngoba ubuthakathaka ngenyama, uNkulunkulu ethuma eyakhe iNdodana ifana lenyama elesono, njalo ngenxa yesono, walahla isono enyameni;
Ngakho-ke esefika emhlabeni uthi: Umhlatshelo lomnikelo kawuwuthandanga, kodwa ungilungisele umzimba;