nokumthanda ngenhliziyo yonke, nangokuqonda konke, nangawo wonke umphefumulo, nangamandla onke, nokuthanda umakhelwane njengalokhu ezithanda yena kudlula yonke iminikelo yokushiswa nemihlatshelo.
KumaHeberu 10:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba akunakwenzeka ukuba igazi lezinkunzi nelezimbuzi lisuse izono. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba akunakwenzeka ukuba igazi lezinkunzi nelezimbuzi lisuse izono. IsiZulu 2020 ngokuba akunakwenzeka ukuba igazi lezinkunzi nelezimbuzi lisuse izono. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba akunakwenzeka ukuba igazi lezinkunzi nelezimbuzi lisuse izono. |
nokumthanda ngenhliziyo yonke, nangokuqonda konke, nangawo wonke umphefumulo, nangamandla onke, nokuthanda umakhelwane njengalokhu ezithanda yena kudlula yonke iminikelo yokushiswa nemihlatshelo.
Ngangomuso wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu, elisusa izono zezwe.
Ngokuba umthetho unesithunzi sezinto ezinhle ezizayo, ungesiwo umfanekiso wazo uqobo, ungeze waba namandla ngemihlatshelo enikelwa njalonjalo iminyaka ngeminyaka ukubenza baphelele labo abasondelayo.
Futhi wonke umphristi umi insuku ngensuku ekhonza njalo enikela kanengi yona leyomihlatshelo engeke yakwazi ukususa izono.
Ekuphakameni ethi: ‘Umhlatshelo nomnikelo, neminikelo yokushiswa, nomnikelo wesono, awuwuthandanga, awuwuthandanga; ezinikelwa ngumthetho;
okwakuwumfanekiso walesi sikhathi esikhona, lapho kwanikelwa khona izipho nemihlatshelo, okungekwenze lowo owenza inkonzo aphelele ngokukanembeza;
Niyazi ukuthi yena wabonakaliswa, ukuze asuse izono zethu; njalo kakulasono kuye.