Bheka, izimpumputhe ezimbili zihlezi ngasendleleni, zizwa ukuthi uJesu uyadlula, zamemeza, zathi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!
Johane 9:1 - Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. IsiZulu 2020 Kuthe uJesu edlula, wabona indoda eyayiyimpumputhe kwasekuzalweni. Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. |
Bheka, izimpumputhe ezimbili zihlezi ngasendleleni, zizwa ukuthi uJesu uyadlula, zamemeza, zathi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!
UJesu esesukile lapho, izimpumputhe ezimbili zamlandela, zamemeza zathi: “Sihawukele, Ndodana kaDavide!
Wabuza kuyise wathi: “Sekulesikhathi esinganani enze lokhu kuye? Wathi: Kusukela ebuntwaneni.
Owesifazana owayelomopho iminyaka elitshumi lambili, esechithe konke abephila ngakho ezinyangeni, engelakwelatshwa lamunye.
Kwakukhona lapho umuntu othile owayesegule iminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili.
Base bedobha amatshe ukuba bamjikijele, kepha uJesu wacasha, waphuma ethempelini, edabula phakathi kwabo, wadlula kanjalo.
Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?
Kwakuhlezi indoda ethile eListra, ibuthakathaka ezinyaweni zayo, iyisigoga kwasesizalweni sikanina, engazange ihambe.
Abezizwe sebebona isilo esinesihlungu silenga esandleni sakhe, bakhuluma bodwa, bathi: “Ngokuqinisekile lo muntu ungumbulali, okuthi noma esindile olwandle ukuphindisela akuvumi ukuba aphile.
Ngokuba lowo muntu esenziwe kuye lesi sibonakaliso sokuphulukisa wayeneminyaka engaphezu kwamashumi amane.
Wafumana khona umuntu othiwa ngu-Eneya, owayeselele iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.