Kwathi besambuza njalo, walulama, wathi kubo: Ongenasono phakathi kwenu kaqale amjikijele ngetshe.
Johane 8:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible Waphinda wakhothama, waloba emhlabathini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphinda wakhothama, waloba emhlabathini. IsiZulu 2020 Waphinde wakhothama, waloba emhlabathini. Contemporary Zulu Bible 2024 Waphinda wakhothama, waloba emhlabathini. |
Kwathi besambuza njalo, walulama, wathi kubo: Ongenasono phakathi kwenu kaqale amjikijele ngetshe.
Labo abakuzwayo belahlwa ngunembeza wabo, baphuma ngamunye ngamunye, beqalela kwabadala kwaze kwaba kwabokugcina; uJesu wasala yedwa, nowesifazane emi phakathi.