Johane 4:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible (Lanxa uJesu ngokwakhe engabhabhathizanga, kodwa abafundi bakhe,) IBHAYIBHELI ELINGCWELE ingani uJesu uqobo kabhapathizanga, kodwa kwakubhapathiza abafundi bakhe, IsiZulu 2020 nakuba uJesu uqobo ayengabhabhadisi, kodwa kwakubhabhadisa abafundi bakhe, Contemporary Zulu Bible 2024 (Lanxa uJesu ngokwakhe engabhabhathizanga, kodwa abafundi bakhe,) |
Emva kwalokho uJesu nabafundi bakhe baya ezweni laseJudiya; wahlala khona nabo, wabhapathiza.
Base beza kuJohane, bathi kuye: “Rabi, lowo owayenawe ngaphesheya kweJordani, owafakaza ngaye, bheka, yena uyabhapathiza, futhi bonke beza kuye.
Waselaya ukuthi babhabhathizwe ebizweni leNkosi. Basebemncenga ukuthi ahlale insuku ezithile.