UJesu wathi kubo: Gcwalisani izimbiza ngamanzi. Base bewagcwalisa kwaze kwafika emlonyeni.
Johane 2:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi kubo: “Yikhani manje, niyise kumphathi wokudla; Base beyithwala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesethi kuzo: “Yikhani manje, niyise kumphathi wokudla;” zayisa-ke. IsiZulu 2020 Wayesethi kuzo: “Cakulani manje, nihambise kumphathi wokudla.” Zahambisa-ke. Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi kubo: “Yikhani manje, niyise kumphathi wokudla; Base beyithwala. |
UJesu wathi kubo: Gcwalisani izimbiza ngamanzi. Base bewagcwalisa kwaze kwafika emlonyeni.
Kwathi umphathi wokudla esewanambithile amanzi abenziwe iwayini, engazi lapho elivela khona, (kepha izinceku ezaziwakhile amanzi zazisazi), umphathi wokudla wabiza umyeni;
Nikani bonke okubafaneleyo; inkokhiso kubani; ukwesaba kokwesabayo; udumo kubani ukudunyiswa.