Esakhuluma nesixuku, bheka, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.
Johane 2:5 - Baasraak Zulu New Testament Bible Unina wathi ezincekwini: Konke alisho kini, kwenzeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi unina ezincekwini: “Nayikuphi akusho kini anokwenza.” IsiZulu 2020 Unina wayesethi ezincekwini: “Yenzani noma yini azakunitshela yona.” Contemporary Zulu Bible 2024 Unina wathi ezincekwini: Konke alisho kini, kwenzeni. |
Esakhuluma nesixuku, bheka, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.
Ethuthumela emangala wathi: “Nkosi, uthanda ukuba ngenzeni na? INkosi yasisithi kuye: Sukuma uye emzini, njalo uzatshelwa ofanele ukwenze.
Ngokukholwa u-Abrahama walalela ebizwa ukuba aphume, aye endaweni abezakuyamukeliswa ibe yifa; waphuma engazi lapho eya khona.
futhi esephelelisiwe, waba yinhloko yensindiso ephakade kubo bonke abamlalelayo;