Ngokuba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi kukho ukuthethelelwa kwezono.
Johane 2:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible Seliphelelwe iwayini, unina kaJesu wathi kuye: Kabanalo iwayini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ukuba lisweleke iwayini, unina kaJesu wathi kuye: “Kabanalo iwayini.” IsiZulu 2020 Kwathi sekuphele iwayini, unina kaJesu wathi kuye: “Abanalo iwayini.” Contemporary Zulu Bible 2024 Seliphelelwe iwayini, unina kaJesu wathi kuye: Kabanalo iwayini. |
Ngokuba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi kukho ukuthethelelwa kwezono.
Ningakhathazeki ngalutho; kodwa kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.