Ngiqinisile, ngiqinisile, ngithi kini: Ongangeni ngesango esibayeni sezimvu, kodwa ekhwela ngenye indlela, lowo ulisela nomphangi.
Johane 10:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible Bonke abake bafika ngaphambi kwami bangamasela nabaphangi, kepha izimvu azibezwanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bonke abafike ngaphambi kwami bangamasela nabaphangi, kepha izimvu azibezwanga. IsiZulu 2020 Bonke abafika ngaphambi kwami babengamasela nabaphangi; izimvu azibalalelanga. Contemporary Zulu Bible 2024 Bonke abake bafika ngaphambi kwami bangamasela nabaphangi, kepha izimvu azibezwanga. |
Ngiqinisile, ngiqinisile, ngithi kini: Ongangeni ngesango esibayeni sezimvu, kodwa ekhwela ngenye indlela, lowo ulisela nomphangi.
Nomfokazi aziyikumlandela, kepha ziyakumbalekela, ngokuba azilazi izwi labafokazi.
Ngokuba ngaphambi kwalezi zinsuku kwasuka uThewuda, ezishaya utho; okwazihlanganisa naye isibalo sabantu kungathi abangamakhulu amane; bonke abamlalelayo bahlakazeka, baba yize.