Ngesabatha elilandelayo kwabuthana cishe umuzi wonke ukuzwa izwi likaNkulunkulu.
IzEnzo 8:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible Izixuku zalalela nganhliziyonye lokho uFiliphu ayekukhuluma, zizwa futhi zibona izibonakaliso azenzayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izixuku zalalela nganhliziyonye okwakhulunywa nguFiliphu, zizwa, zibona izibonakaliso azenzayo. IsiZulu 2020 Izixuku zalalela nganhliziyonye okwakushiwo nguFiliphu, zizwa, futhi zibona izibonakaliso ayezenza. Contemporary Zulu Bible 2024 Izixuku zalalela nganhliziyonye lokho uFiliphu ayekukhuluma, zizwa futhi zibona izibonakaliso azenzayo. |
Ngesabatha elilandelayo kwabuthana cishe umuzi wonke ukuzwa izwi likaNkulunkulu.
Naye uSimoni wakholwa, esebhapathiziwe wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nezibonakaliso ezenziwayo.
Ngokuba kwaphuma omoya abangcolileyo kwabaningi abanabo, bememeza ngezwi elikhulu; nabaningi abafe uhlangothi nabayizinyonga baphulukiswa.