Sebedabule isihlenge baze bafika ePhafosi, bafumana indoda ethile eyisanusi, umprofethi wamanga, umJuda, ogama lakhe linguBarjesu.
IzEnzo 8:11 - Baasraak Zulu New Testament Bible Basebemnaka, ngoba kwasekuyisikhathi eside ebathakatha ngemilingo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE babenamathela kuye, ngokuba ebamangalisile isikhathi eside ngemilingo yakhe. IsiZulu 2020 Babemnakile ngoba isikhathi eside wayebamangalisa ngemilingo yakhe ayenzayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Basebemnaka, ngoba kwasekuyisikhathi eside ebathakatha ngemilingo. |
Sebedabule isihlenge baze bafika ePhafosi, bafumana indoda ethile eyisanusi, umprofethi wamanga, umJuda, ogama lakhe linguBarjesu.
Kepha kwakukhona indoda ethile, igama layo linguSimoni, eyayikade yenza imilingo kulowo muzi, ibhuqa abantu baseSamariya, izitshela ukuthi ingumuntu omkhulu;
O nina baseGalathiya abayiziwula, ngubani oniloyile ukuba ningalaleli iqiniso enibekwe obala phambi kwamehlo enu uJesu Kristu ebethelwe esiphambanweni na?