Wasethuma uPetro loJohane, esithi: Hambani lisilungisele iphasika, ukuze sidle.
IzEnzo 3:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible eyathi ibona uPetro loJohane sebezangena ethempelini, yacela isipho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ukuba abone oPetru noJohane bezakungena ethempelini, wacela ukwabelwa isipho. IsiZulu 2020 Kwathi ukuba ibone uPhethro noJohane bezongena ethempelini, yacela ukuphiwa isipho. Contemporary Zulu Bible 2024 eyathi ibona uPetro loJohane sebezangena ethempelini, yacela isipho. |
Wasethuma uPetro loJohane, esithi: Hambani lisilungisele iphasika, ukuze sidle.
Kepha oPetru noJohane benyukela kanyekanye ethempelini ngehora lokukhuleka eliyihora lesishiyagalolunye.
Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu.