Sebebikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda abaphakathi kwabezizwe ukuhlubuka kuMose, uthi bangasoki abantwana babo, bangahambi ngamasiko.
IzEnzo 26:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible ikakhulu ngoba ngikwazi ukuthi unolwazi kuwo wonke amasiko lezingxabano zabaJuda; ngakho ngiyakuncenga ukuthi ungizwe ngesineke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ikakhulu lokhu uyisazi sawo onke amasiko nokuphikisana kwabaJuda; ngalokho ngiyakunxusa ukuba ungilalele ngokubekezela. IsiZulu 2020 ikakhulu lokhu uyingcweti yawo wonke amasiko nokuphikisana kwabaJuda. Ngakho-ke ngiyakunxusa ukuba ungilalele ngesineke. Contemporary Zulu Bible 2024 ikakhulu ngoba ngikwazi ukuthi unolwazi kuwo wonke amasiko lezingxabano zabaJuda; ngakho ngiyakuncenga ukuthi ungizwe ngesineke. |
Sebebikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda abaphakathi kwabezizwe ukuhlubuka kuMose, uthi bangasoki abantwana babo, bangahambi ngamasiko.
UPawuli esemqhwebile ukuthi akhulume, waphendula wathi: Njengoba ngazi ukuthi sekuyiminyaka eminengi ungumgwebi walesisizwe, ngiziphendulela ngesibindi esikhulu.
Nokho ukuze ngingakukhathaleli kakhulu, ngiyakuncenga ukuba usizwe kafushane ngobubele bakho.
Anginanto eqinisekileyo ngaye engingayilobela inkosi yami. Ngakho-ke ngimethulile phambi kwenu, futhi ikakhulukazi phambi kwakho, nkosi Agripha, ukuze kuthi ngemva kokuhlolwa ngibe nakho engingakuloba.
Kuyangithokozisa, nkosi Agripha, ngoba lamuhla ngizaziphendulela phambi kwakho ngakho konke engimangalelwa ngakho ngabaJuda;
Ngokuba inkosi iyazi ngalezizinto, engikhuluma kuyo ngokukhululeka; ngoba le nto ayenziwanga engosini.
ezithemba ukufika kuso izizwe eziyishumi nambili zakithi, zikhonza uNkulunkulu masinyane imini nobusuku; Ngenxa yalelithemba, nkosi Agripha, ngimangalelwa ngabaJuda.
Kwathi emva kwezinsuku ezintathu uPawuli wabizela ndawonye izikhulu zabaJuda; nokho nganikelwa eJerusalema ngiyisiboshwa ezandleni zamaRoma.
Ngokuba simzwile ethi loJesu waseNazaretha uzakuchitha le ndawo, aguqule amasiko uMose asinika wona.
Noma nginesiphiwo sokuprofetha, ngiqonda izimfihlakalo zonke nokwazi konke; noma nginokukholwa konke, ngangokuba ngingagudluza izintaba, kepha ngingenalo uthando, angiyinto yalutho.