Esefikile kubafundi bakhe, wabona isixuku esikhulu sibahaqile, nababhali bephikisana nabo.
IzEnzo 24:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible njalo kabangifumananga ethempelini ngiphikisana lamuntu, njalo ngivusa ixuku, lemasinagogeni, ledolobheni; IBHAYIBHELI ELINGCWELE abangifumananga ngiphikisana namuntu, nakuba ngivusa isiphithiphithi esixukwini, nasethempelini, nasemasinagogeni,* nasemzini, IsiZulu 2020 Abangificanga ngixoxa namuntu ethempelini, noma ngimi ngidala isiphithiphithi esixukwini, emasinagogeni, noma emzini wonke. Contemporary Zulu Bible 2024 Njalo kabangifumananga ethempelini ngiphikisana lamuntu, njalo ngivusa ixuku, lemasinagogeni, ledolobheni; |
Esefikile kubafundi bakhe, wabona isixuku esikhulu sibahaqile, nababhali bephikisana nabo.
Ungibuzani na? buza kwabangizwileyo engikushilo kubo; bhekani, bayakwazi engikushilo.
Kulokho abaJuda abathile base-Asiya bangifumana ethempelini ngihlanjululwe, kungelasixuku noma nginesiyaluyalu.
Ngoba siyitholile indoda le iyisixhwanguxhwangu, ibangela ukuvukela umbuso phakathi kwabaJuda bonke emhlabeni wonke, ingumkhokheli wehlelo lamaNazaretha.
Eziphendulela wathi: “Nangomthetho wabaJuda, nethempeli, nakuKesari angonanga lutho.
Kwathi emva kwezinsuku ezintathu uPawuli wabizela ndawonye izikhulu zabaJuda; nokho nganikelwa eJerusalema ngiyisiboshwa ezandleni zamaRoma.