Yasuka, yaya kuyise. Kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wawa entanyeni yakhe, wayanga.
IzEnzo 21:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi sesivalelisane, sangena emkhunjini; babuyela ekhaya futhi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE savalelisana, sangena emkhunjini, kepha bona babuyela emakhaya. IsiZulu 2020 savalelisana, sangena emkhumbini, kodwa bona babuyela emakhaya. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi sesivalelisane, sangena emkhunjini; babuyela ekhaya futhi. |
Yasuka, yaya kuyise. Kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wawa entanyeni yakhe, wayanga.
Bhekani, isikhathi siyeza, yebo, sesifikile, sokuba nihlakazeke, kube yilowo nalowo aye kowabo, ningishiye ngedwa; nokho angingedwa, ngokuba uBaba unami.
Wasesithi kumfundi: Khangela unyoko! Kusukela kuleso sikhathi lowo mfundi wamthatha wamyisa kwakhe.
Angibanga nakuphumula emoyeni wami, ngokuba angimfumananga uThithu umzalwane wami;