Esengenile wathi kubo: “Kungani niphithizela nikhale na? Intombazana ayifile, kodwa ilele.
IzEnzo 20:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible UPawulu wehla, waziphonsa phezu kwayo, wayigona, wathi: “Ningazihluphi; ngokuba ukuphila kwakhe ukuye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uPawulu wehla, wawa phezu kwayo, wayisingatha, wathi: “Ningaxokozeli, ngokuba umphefumulo wayo usekhona kuyo,” IsiZulu 2020 Kepha uPawula wehla, walala phezu kwayo, wayisingatha, wathi: “Ningakhathazeki, ngokuba umphefumulo wayo usekhona kuyo.” Contemporary Zulu Bible 2024 UPawulu wehla, waziphonsa phezu kwayo, wayigona, wathi: “Ningazihluphi; ngokuba ukuphila kwakhe ukuye. |
Esengenile wathi kubo: “Kungani niphithizela nikhale na? Intombazana ayifile, kodwa ilele.
Washo lokho, emva kwalokho wathi kubo: “Umngane wethu uLazaru ulele; kodwa ngiyahamba ukuze ngimvuse ebuthongweni.
UJesu wathi kuye: “Angishongo yini kuwe ukuthi, uma ukholwa, uzakubona inkazimulo kaNkulunkulu na?
Kwakuhlezi efasiteleni insizwa ethile igama layo lingu-Evitiku, yehlelwa ngubuthongo obunzima, uPawulu eshumayela isikhathi eside, yazumeka, yawa phansi isuka esitezi sesithathu, yathathwa isifile.