Ngokuba laba abadakiwe njengokucabanga kwenu, lokhu kuseyihora lesithathu lemini.
IzEnzo 2:16 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa lokhu kuyikho okwakhulunywa ngumprofethi uJoweli; IBHAYIBHELI ELINGCWELE kodwa lokhu kuyikho okwakhulunywa ngomprofethi uJoweli ukuthi: IsiZulu 2020 Kepha lokhu yilokho okwakhulunywa ngomphrofethi uJoweli, ukuthi: Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa lokhu kuyikho okwakhulunywa ngumprofethi uJoweli; |
Ngokuba laba abadakiwe njengokucabanga kwenu, lokhu kuseyihora lesithathu lemini.
“Kuyakuthi ngezinsuku zokugcina, usho uJehova, ngithulule uMoya wami phezu kwayo yonke inyama, amadodana enu namadodakazi enu ayakuprofetha, nezinsizwa zenu zibone imibono, abadala benu baphuphe amaphupho;