IzEnzo 16:11 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho sasuka eTrowa ngomkhumbi, saqonda eSamotraki, ngangomuso safika eNeyapholi; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona samuka eTrowa ngomkhumbi, saqonda eSamotrake, ngangomuso safika eNeyapholi. IsiZulu 2020 Sasuka eThrowa ngomkhumbi, saqonda eSamothrake, kwathi ngakusasa safika eNeyapholi. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho sasuka eTrowa ngomkhumbi, saqonda eSamotraki, ngangomuso safika eNeyapholi; |
Kwathi sesimukile kubo, sasuka ngomkhumbi, saqonda ngqo eKhose, ngangomuso eRodu, sasuka lapho safika ePhathara;
Ngakho-ke ekufikeni kwami eTrowa ukutshumayela ivangeli likaKristu, ngasengivulelwe umnyango eNkosini.
Ijazi engalishiya eTrowa kuKarpu, ekufikeni kwakho, ulethe kanye nezincwadi, ikakhulu ezesikhumba.