yena wafumana kuqala umfowabo uSimoni, wathi kuye: “Simfumene uMesiya” okungukuthi ngokuhunyushwa uKristu.
IzEnzo 13:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa uElimasi isanusi (ngokuba linjalo ibizo lakhe ngokuhunyushwa) wamelana labo, efuna ukuphambukisa umbusi ekholweni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa u-Eluma, isanusi, ngokuba linjalo igama lakhe ngokuhunyushwa, wamelana nabo, wafuna ukuphambukisa umbusi ekukholweni. IsiZulu 2020 Kepha u-Elimasi, umlumbi, ngokuba yigama lakhe lelo uma lihunyushwa, wamelana nabo, efuna ukuphambukisa umbusi ekukholweni. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uElimasi isanusi (ngokuba linjalo ibizo lakhe ngokuhunyushwa) wamelana labo, efuna ukuphambukisa umbusi ekholweni. |
yena wafumana kuqala umfowabo uSimoni, wathi kuye: “Simfumene uMesiya” okungukuthi ngokuhunyushwa uKristu.
Kwathi uGaliyu engumbusi we-Akhaya, abaJuda bamvukela uPawulu nganhliziyonye, bamyisa esihlalweni sokwahlulela.
Ngakho-ke uma uDemetriyu nezingcweti ezikanye naye benendaba nomuntu, umthetho uvuliwe, bakhona nababusi; mabamangalelane.
Lelizwi likaNkulunkulu landa; isibalo sabafundi sanda kakhulu eJerusalema; nesixuku esikhulu sabapristi salalela ukholo.
Kepha kwakukhona indoda ethile, igama layo linguSimoni, eyayikade yenza imilingo kulowo muzi, ibhuqa abantu baseSamariya, izitshela ukuthi ingumuntu omkhulu;
EJopha kwakukhona umfundikazi othile ogama lakhe linguThabitha, okungukuthi uDorka ngokuhunyushwa;
Njengoba uJane loJambre bamelana loMozisi, ngokunjalo laba bamelana leqiniso, abantu abalengqondo eyonakeleyo, abalamandla ekukholweni.