Kwathi lapho isanguluka yathi: ‘Bangaki abaqashwa bakababa abanesinkwa esanele, kanti mina ngifa indlala.
IzEnzo 12:11 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi uPetru esesangulukile wathi: “Manje sengiyazi ngeqiniso ukuthi iNkosi ithumile ingelosi yayo, yangikhulula esandleni sikaHerode nakukho konke abantu abaJuda ababekulindele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UPetru esesangulukile wathi: “Manje sengiyazi ngeqiniso ukuthi iNkosi ithumile ingelosi yayo, yangikhulula esandleni sikaHerode nakukho konke okubhekwe yisizwe sabaJuda.” IsiZulu 2020 Isisangulukile ingqondo kaPhethro, wathi: “Manje sengiyazi ngokweqiniso ukuthi iNkosi ithumele ingelosi yayo, ingikhululile esandleni sikaHerode nakukho konke okubhekwe yisizwe sabaJuda.” Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uPetru esesangulukile wathi: “Manje sengiyazi ngeqiniso ukuthi iNkosi ithumile ingelosi yayo, yangikhulula esandleni sikaHerode nakukho konke abantu abaJuda ababekulindele. |
Kwathi lapho isanguluka yathi: ‘Bangaki abaqashwa bakababa abanesinkwa esanele, kanti mina ngifa indlala.
Bheka, ingelosi yeNkosi yeza phezu kwakhe, nokukhanya kwakhanya etilongweni, yamshaya uPetru ohlangothini, yamvusa, yathi: “Vuka masinyane. Futhi amaketanga akhe awela ezandleni zakhe.
Kepha emva kweminyaka emibili kwangena uPorkiyu Festu esikhundleni sikaFeliksi;
Kepha uFestu ethanda ukujabulisa abaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda ukukhuphukela eJerusalema, wahlulelwe khona ngalezi zinto phambi kwami na?
Azisibo yini zonke omoya abakhonzayo, abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakuba yizindlalifa zensindiso na?
INkosi iyakwazi ukukhulula ezilingweni abamesabayo, nokugcinela abangalungile usuku lokwahlulelwa, bajeziswe;