Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela ngakho konke ababekwenzile nababekufundisile.
IzEnzo 1:26 - Baasraak Zulu New Testament Bible Basebebenzela inkatho; inkatho yadla uMathiyasi; wabalwa kanye nabaphostoli abayishumi nanye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base bebenzela inkatho; yadla uMathiya; wabalwa kanye nabaphostoli abayishumi nanye. IsiZulu 2020 Base bebenzela unkatho, lwadla uMathiyase; wayesebalwa kanye nabaphostoli abali-11. Contemporary Zulu Bible 2024 Basebebenzela inkatho; inkatho yadla uMathiyasi; wabalwa kanye nabaphostoli abayishumi nanye. |
Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela ngakho konke ababekwenzile nababekufundisile.
Base bemisa ababili, uJosefa othiwa uBarsaba, othiwa futhi nguJustusi, noMathiya.
Esechithile izizwe eziyisikhombisa elizweni leKhanani, wababela ilizwe labo ngenkatho.
Kodwa uPetro wema labalitshumi lanye, waphakamisa ilizwi lakhe, wathi kubo: Madoda aJudiya, lani lonke elakhileyo eJerusalema, lokhu kakwaziwe kini, lilalele amazwi ami;
Ugange lomuzi lwalunezisekelo eziyishumi nambili, nakuzo amagama abaphostoli abayishumi nambili beWundlu.