Kunjengoba u-Isaya asho ngaphambili ukuthi: “Uma uJehova Sebawoti engasishiyelanga inzalo, besiyakuba njengeSodoma, sifane neGomora.
IsAmbulo 9:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible Zazinezinwele ezinjengezabesifazana, namazinyo azo enjengamazinyo ezingonyama. IBHAYIBHELI ELINGCWELE futhi sasinezinwele ezinjengezinwele zabesifazane, namazinyo aso ayenjengawezingonyama, IsiZulu 2020 Sasinezinwele ezinjengezinwele zabesifazane, amazinyo aso efana nawezingonyama. Contemporary Zulu Bible 2024 Zazinezinwele ezinjengezabesifazana, namazinyo azo enjengamazinyo ezingonyama. |
Kunjengoba u-Isaya asho ngaphambili ukuthi: “Uma uJehova Sebawoti engasishiyelanga inzalo, besiyakuba njengeSodoma, sifane neGomora.
Kanjalo nabesifazane mabagqoke izingubo ezifaneleyo, bazihlobise ngokuhlonipha nokuqonda; kungabi ngezinwele ezalukiweyo, negolide, namaparele, nezambatho ezinenani elikhulu;
Ukuhloba kwenu makungabi ngokokwangaphandle, okokwaluka izinwele, nokokufaka igolide, noma okokwembatha izingubo;