Ngase ngibona, bheka, nanto ihhashi elimhlophe, nohlezi phezu kwalo wayenomnsalo; wanikwa umqhele, waphuma enqoba, futhi eyakunqoba.
IsAmbulo 9:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible Nesimo sesikhonyane sasifana namahhashi alungiselwe ukulwa; emakhanda azo kukhona okunjengemiqhele efana negolide, nobuso bazo bunjengobuso babantu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nesimo sesikhonyane sasifana namahhashi alungiselwe ukulwa, nasemakhanda aso kukhona okunjengemiqhele efana negolide, nobuso bunjengobuso babantu; IsiZulu 2020 Isikhonyane sasifana namahhashi aboshelelwe ukuya empini, emakhanda aso kukhona okufana nemiqhele enjengegolide, ubuso baso bufana nobuso babantu. Contemporary Zulu Bible 2024 Nesimo sesikhonyane sasifana namahhashi alungiselwe ukulwa; emakhanda azo kukhona okunjengemiqhele efana negolide, nobuso bazo bunjengobuso babantu. |
Ngase ngibona, bheka, nanto ihhashi elimhlophe, nohlezi phezu kwalo wayenomnsalo; wanikwa umqhele, waphuma enqoba, futhi eyakunqoba.
Kwaphuma isikhonyane emsini, seza emhlabeni, saphiwa amandla anjengamandla ofezela bomhlaba.