Khona bayakuqala ukuthi ezintabeni: Welani phezu kwethu; nasezintabeni: Sisibekele.
IsAmbulo 9:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngalezo zinsuku abantu bayakufuna ukufa, kepha abayikukuthola; bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngaleyo mihla abantu bayakufuna ukufa, bangaze bakufumana; futhi bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekele. IsiZulu 2020 Ngaleyo mihla abantu bayakukufuna ukufa, kodwa bangakufumani; futhi bayakukufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekele. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngalezo zinsuku abantu bayakufuna ukufa, kepha abayikukuthola; bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekela. |
Khona bayakuqala ukuthi ezintabeni: Welani phezu kwethu; nasezintabeni: Sisibekele.
bathi ezintabeni nasemadwaleni: Welani phezu kwethu, nisifihle ebusweni balowo ohlezi esihlalweni sobukhosi nasolakeni lweWundlu.