Ngase ngibona, ngezwa izwi lezingelosi eziningi zihaqe isihlalo sobukhosi, nezilwane, namalunga;
IsAmbulo 9:16 - Baasraak Zulu New Testament Bible Inani lempi yabamahhashi laliyizinkulungwane ezingamakhulu amabili; ngezwa umumo wabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umumo wezimpi zabakhwele amahhashi wawungukuphindwa kabili kwezinkulungwane eziyishumi ziphindwe kazinkulungwane eziyishumi. IsiZulu 2020 Ngezwa ukuthi inani lamabutho ayegibele amahhashi lalingaphindwa kabili, liyizi-10 000 eziphindwe kazi-10 000. Contemporary Zulu Bible 2024 Inani lempi yabamahhashi laliyizinkulungwane ezingamakhulu amabili; ngezwa umumo wabo. |
Ngase ngibona, ngezwa izwi lezingelosi eziningi zihaqe isihlalo sobukhosi, nezilwane, namalunga;
Ngasengisizwa isibalo sababekwa uphawu, kwaphawulwa abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane ezizweni zonke zabantwana bakwa-Israyeli.