Eyesithupha yathululela isitsha sayo emfuleni omkhulu u-Ewufrathe; amanzi awo atsha, ukuze ilungiswe indlela yamakhosi asempumalanga.
IsAmbulo 9:14 - Baasraak Zulu New Testament Bible Lithi engelosini yesithupha enecilongo: “Thukulula izingelosi ezine eziboshwe emfuleni omkhulu u-Ewufrathe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE lithi kuyo ingelosi yesithupha enecilongo: “Thukulula izingelosi ezine eziboshwe ngasemfuleni omkhulu u-Ewufrathe.” IsiZulu 2020 lithi kuyo ingelosi yesithupha ephethe icilongo: “Thukulula izingelosi ezine eziboshwe ngasemfuleni omkhulu iYufrathe.” Contemporary Zulu Bible 2024 Lithi engelosini yesithupha enecilongo: “Thukulula izingelosi ezine eziboshwe emfuleni omkhulu u-Ewufrathe. |
Eyesithupha yathululela isitsha sayo emfuleni omkhulu u-Ewufrathe; amanzi awo atsha, ukuze ilungiswe indlela yamakhosi asempumalanga.
Emva kwalokho ngabona izingelosi ezine zimi emagumbini omane omhlaba, zibambe imimoya yomine yomhlaba, ukuze kungavuthuzi moya emhlabeni, naphezu kolwandle, naphezu kwanoma yisiphi isihlahla.
Ngase ngibona enye ingelosi yenyuka empumalanga, inophawu lukaNkulunkulu ophilayo, yamemeza ngezwi elikhulu kuzo izingelosi ezine ezazinikiwe ukuba zilimaze umhlaba nolwandle.
Ngase ngibona izingelosi eziyisikhombisa zimi phambi kukaNkulunkulu; banikwa amacilongo ayisikhombisa.
Izingelosi eziyisikhombisa ezazinamacilongo ayisikhombisa zazilungiselela ukubetha.
Zase zithukululwa izingelosi ezine, ebezilungiselwe ihora, nosuku, nenyanga, nomnyaka, ukuba zibulale ingxenye yesithathu yabantu.