IsAmbulo 9:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible Umaye oyedwa usudlulile; bheka, kuyeza abanye omaye ababili ngasemuva. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMaye wokuqala udlulile; bheka, kuseza oMaye ababili ngasemva kwalokho. IsiZulu 2020 UMaye wokuqala usudlulile, kodwa kuseza oMaye ababili emva kwalokho. Contemporary Zulu Bible 2024 Umaye oyedwa usudlulile; bheka, kuyeza abanye omaye ababili ngasemuva. |
Ngasengibona, ngezwa ingilosi indiza emkhathini wezulu, isithi ngelizwi elikhulu: Maye, maye, maye kwabakhileyo emhlabeni ngenxa yokukhala kwecilongo lezingilosi ezintathu ezisekhona ukuzwakala!