IsAmbulo 9:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible Zazinemisila efana neyofezela, zinezindosi emisileni yazo, namandla azo okulimaza abantu izinyanga eziyisihlanu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sasinemisila efana neyawofezela inezindosi, nasemisileni yaso kukhona amandla aso okona abantu izinyanga eziyisihlanu. IsiZulu 2020 Sasinemisila efana nofezela, inezindonsi; nasemisileni yaso kukhona amandla aso okulimaza abantu izinyanga ezinhlanu. Contemporary Zulu Bible 2024 Zazinemisila efana neyofezela, zinezindosi emisileni yazo, namandla azo okulimaza abantu izinyanga eziyisihlanu. |
Ngokuba amandla awo asemlonyeni wawo nasemisileni yawo, ngokuba imisila yawo yayifana nezinyoka, inamakhanda, futhi alimaza ngayo.
Kwaphuma isikhonyane emsini, seza emhlabeni, saphiwa amandla anjengamandla ofezela bomhlaba.
Sase sinikwa ukuba singababulali, kodwa bahlushwe izinyanga eziyisihlanu; nobuhlungu babo kwakunjengobuhlungu bukafezela, lapho eshaya umuntu.