Ngakho lindani njalo, likhuleke, ukuze kuthiwe lifanele ukuphunyuka kuzo zonke lezizinto eziyakwenzeka, lokuma phambi kweNdodana yomuntu.
IsAmbulo 6:17 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba usuku olukhulu lolaka lwayo selufikile; ngubani ongema na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba usuku olukhulu lolaka lwabo selufikile; ngubani-ke onamandla okuma na?” IsiZulu 2020 ngokuba usuku olukhulu lolaka lwabo selufike qathatha; ngubani onamandla okuma na?” Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba usuku olukhulu lolaka lwayo selufikile; ngubani ongema na? |
Ngakho lindani njalo, likhuleke, ukuze kuthiwe lifanele ukuphunyuka kuzo zonke lezizinto eziyakwenzeka, lokuma phambi kweNdodana yomuntu.
Kepha ngobulukhuni bakho nenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu;
Nezingelosi ezingagcinanga isikhundla sazo sokuqala, kepha zashiya ikhaya lazo, uzigcinile ngamaketanga aphakade phansi kobumnyama kuze kube ngukwahlulelwa kosuku olukhulu.
Izizwe zathukuthela, kwasekufika ulaka lwakho, lesikhathi sabafileyo esokwahlulelwa, lokuthi unike umvuzo inceku zakho abaprofethi, labangcwele, lalabo abesaba ibizo lakho, abancinyane. futhi mkhulu; futhi kufanele abhubhise labo ababhubhisa umhlaba.
Ngokuba bayimimoya yamademoni, eyenza izibonakaliso, ephumela emakhosini omhlaba wonke ukubabuthela ekulweni kosuku olukhulu lukaNkulunkulu uMninimandla onke.