IsAmbulo 5:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kwakungekho-muntu ezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, owayenamandla okuyivula incwadi, nokubheka kuyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwakungekho namunye ezulwini, nasemhlabeni, nangaphansi komhlaba owayenamandla okuyivula incwadi, abuke kuyo. IsiZulu 2020 Kwakungekho namunye ezulwini nasemhlabeni, nangaphansi komhlaba owayenamandla okuyivula incwadi, nokuba nje abuke kuyo. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwakungekho-muntu ezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, owayenamandla okuyivula incwadi, nokubheka kuyo. |
ukuze ebizweni likaJesu amadolo onke aguqe, awabasezulwini, nawabasemhlabeni, nawabangaphansi komhlaba;
Konke okusezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, nokuselwandle, nakho konke okukukho, ngakuzwa, ngithi: Makube kini isibusiso, nodumo, nenkazimulo, namandla. ohlezi esihlalweni sobukhosi nakulo iWundlu kuze kube phakade naphakade.
Ngakhala kakhulu, ngokuba kungafunyanwanga muntu ofanele ukuyivula nokuyifunda incwadi, nokubheka kuyo.