IsAmbulo 2:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha nginento ngawe, ngokuba uluyekile uthando lwakho lokuqala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kepha nginalokhu ngawe ukuthi uluyekile uthando lwakho lwakuqala; IsiZulu 2020 “ ‘Kepha ngihlushwa yilokhu ngawe, ukuthi usululahlile uthando lokuqala. Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha nginento ngawe, ngokuba uluyekile uthando lwakho lokuqala. |
Nalokhu ngiyakhuleka ukuba uthando lwenu luvame kakhulu ekwazini nasekuqondeni konke;
Simelwe ukubonga uNkulunkulu njalo ngani, bazalwane, ngokufaneleyo, ngokuba ukholo lwenu lukhula kakhulu, nothando lwenu nonke ngabanye luyevama;
Kepha nginezinto eziyingcosana ngawe, ngokuba unabo lapho ababambe isifundiso sikaBileyamu owafundisa uBalaki ukuphonsa isikhubekiso phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, ukuba badle okuhlatshelwe izithombe, benze ubufebe.
Kodwa ngilezinto ezinlutshwana ngawe, ukuthi uvumela owesifazana uJezebeli, ozibiza ngokuthi ungumprofethikazi, ukufundisa lokuduhisa inceku zami ukuthi ziphinge lokuthi zidle okuhlatshelwe izithombe.