Silalo futhi ilizwi lesiprofetho eliqiniseke kakhulu; enikwenza kahle ngokukuqaphela njengokukhanya okukhanya endaweni emnyama, kuze kuse, nekhwezi liphume ezinhliziyweni zenu;
IsAmbulo 2:28 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngizamnika ikhwezi lokusa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE futhi ngiyakumnika inkanyezi yokusa. IsiZulu 2020 Njengalokhu nami ngamukele kuBaba; ngiyakumnika futhi indonsa. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngizamnika ikhwezi lokusa. |
Silalo futhi ilizwi lesiprofetho eliqiniseke kakhulu; enikwenza kahle ngokukuqaphela njengokukhanya okukhanya endaweni emnyama, kuze kuse, nekhwezi liphume ezinhliziyweni zenu;
Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu, kepha akukabonakali esiyakuba yikho; ngoba sizambona njengoba enjalo.
Mina Jesu ngithumile ingelosi yami ukufakaza kini lezi zinto emabandleni. Mina ngiyimpande nenzalo kaDavide, inkanyezi yokusa ekhanyayo.