Njengoba nje iSodoma leGomora, lemizi yangakibo, yenza ubufebe ngokunjalo, ilandela inyama engeyiyo, ibekwe yaba yisibonelo, ithwele ukujeziswa komlilo ophakade.
IsAmbulo 19:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible Baphinda bathi: Haleluya. Futhi umusi wawo wenyuka kuze kube phakade naphakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bathi ngokwesibili: “Haleluya! Nomusi waso wenyuka kuze kube phakade naphakade.” IsiZulu 2020 Bathi ngokwesibili: “Haleluya! Intuthu evela kuso yenyuka kuze kube phakade naphakade.” Contemporary Zulu Bible 2024 Baphinda bathi: Haleluya. Futhi umusi wawo wenyuka kuze kube phakade naphakade. |
Njengoba nje iSodoma leGomora, lemizi yangakibo, yenza ubufebe ngokunjalo, ilandela inyama engeyiyo, ibekwe yaba yisibonelo, ithwele ukujeziswa komlilo ophakade.
Umusi wokuhlushwa kwabo ukhuphuka kuze kube phakade naphakade; abanakuphumula imini nobusuku abakhuleka kuso isilo nomfanekiso waso, nalowo owamukela uphawu lwegama laso.
Bamemeza bebona umusi wokushiswa kwalo, bethi: “Ngumuphi umuzi ofana nalo muzi omkhulu na?
Lamakhosi omhlaba aphingayo laye aphile kamnandi laye, azakulilela, alilele, lapho ebona intuthu yokutshiswa kwayo;
Emva kwalokho ngezwa izwi elikhulu lesixuku esikhulu ezulwini, lithi: “Haleluya! Insindiso, nenkazimulo, nodumo, namandla, makube eNkosini uNkulunkulu wethu;
Awa phansi amalunga angamashumi amabili nane nezidalwa ezine eziphilayo, akhuleka kuNkulunkulu ohlezi esihlalweni sobukhosi, athi: “Amen! Alleluya.