ukuba ngenze konke esakumisela ngaphambili isandla sakho namasu akho ukuba kwenziwe.
IsAmbulo 17:13 - Baasraak Zulu New Testament Bible Lawa anomqondo munye, futhi anika isilo amandla awo namandla awo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lawo anomqondo munye, anika isilo amandla nokubusa kwawo. IsiZulu 2020 Lawa amqondo munye, futhi anika isilo amandla negunya lawo. Contemporary Zulu Bible 2024 Lawa anomqondo munye, futhi anika isilo amandla awo namandla awo. |
ukuba ngenze konke esakumisela ngaphambili isandla sakho namasu akho ukuba kwenziwe.
Kuphela ukuhamba kwenu makube njengokufanele ivangeli likaKristu, ukuze kuthi noma ngiza nginibona, noma ngingekho, ngizwe izindaba zenu, ukuthi nime niqinile emoyeni munye, nganhliziyonye nilwela ukukholwa kweNkosi. ivangeli;
Gcwalisani intokozo yami, ukuze nibe nhliziyonye, ninothando olufanayo, nibe nhliziyonye, nengqondo munye.
Laba bayakulwa neWundlu, kepha iWundlu liyakubanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi, neNkosi yamakhosi;
Ngokuba uNkulunkulu ukufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zenze intando yakhe, zibe munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.